Ms Level – Vele Ngiyamthanda Lyrics

Ms Level - Vele Ngiyamthanda Lyrics

Ms Level Vele Ngiyamthanda Lyrics Mp3 Download: Fakaza, Listen online and enjoy The Lyrics, Video of your favorite Local Songs and Hip-hop music delivered to you in South Africa

People search for Ms Level most Hit song on the South African Music industry and here are songs available on Fakaza Music, Youtube Music with a speed downloads @ 320kbps in free mp3 format.

Stream, Listen, Share

Lyrics for Vele Ng’yamthanda by Ms Level

Ngiyam’thanda thanda weh
Ngiyam’thanda thanda weh
Vele bo
Vele bo
Vele bo ngiyam’thanda
Vele bo
Vele bo
Ao Vele bo ngiyam’thanda
Ao Vele bo (Ngiyam’thanda)
Vele bo (Ngiyam’thanda)
Vele bo ngiyam’thanda
Ao Vele bo (Ngiyam’thanda)
Vele bo (Ngiyam’thanda)
Vele bo ngiyam’thanda

Ngiyam’thanda ai suka niyang’bona ngiyam’thanda
Ai suka niyang’bona ngiyam’thanda
Ai suka niyang’bona ngiyam’thanda
Ngiyam’thanda ai suka niyang’bona ngiyam’thanda
Ai suka niyang’bona ngiyam’thanda
Ai suka niyang’bona ngiyam’thanda
Vele bo
Vele bo
Ao Vele bo ngiyam’thanda
Ngiyekeleni mina
(Ngimthande)
U yangi chaza welele (Ngimthande)
(Ngimthande)
Ngiyam’thanda lomuntu wami(Ngimthande)
(Ngimthande)
Ngiyam’thanda welele (Ngimthande)
(Ngimthande)

Ningaz’ biza zonke izinsizwa,
Nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam’thanda
Ngithi ningaz’ biza zonke izinsizwa,
Nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam’thanda
Ei ngithi ningaz’ biza zonke izinsizwa,
Nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam’thanda
Mina ngithi ningaz’ biza zonke izinsizwa,
Nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam’thanda

ALSO DOWNLOAD:  DJ Zinhle - Umlilo Lyrics

Ngiyekeleni mina
(Ngimthande)
U yangi chaza welele (Ngimthande)
(Ngimthande)
Ao myekeleni mina(Ai ngimthande)
(Ngimthande)
(Ngimthande)
Ngithi ngithi hlala phantsi bathi
Vuka wena uhambe indlela yalo uthando
Mus’ ukulokho uyibalekela
Mus’ ulokhu ubhala ucishe ngoba kuyabonakala uyamthanda
Noma ngithi ngihamba hambe ngibheke ezinye inzizwa kodwa hai cha
Ngzame zame ngikhalaze ngizi bheke hai cha vele
Aqhamuke amamatheke ngimbone hai suka ngiyam’thanda
Meku khona o phatha igama lakhe vele ngiqhaqhazele,
Ngitatazele, ngimoyizele, ngincincitheke, nghleke ubala ngimamatheken
Kuvele kushwabane ulimi ngiphelelwe ngamaganyana
Noma kunga dum’ izulu, kuzama zame, liqhekezeke,
Libalele line amaqhwa, line imvula,
Kushise ilanga noma kunga qhekezeka
Amadwala amakhulu mina ngiyam’thanda

Ei ngithi ningaz’ biza zonke izinsizwa,
Nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam’thanda
Mina ngithi ningaz’ biza zonke izinsizwa,
Nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam’thanda
Ao Vele bo ngiyam’thanda
Vele bo (Ngiyam’thanda)
Vele bo (Ngiyam’thanda)