Sjava Umcebo Lyrics

Sjava Umcebo Lyrics

Sjava Umcebo Lyrics Mp3 Download: Fakaza, Listen online and enjoy The Lyrics, Video of your favorite Local Songs and Hip-hop music delivered to you in South Africa

People search for Sjava most Hit song on the South African Music industry and here are songs available on Fakaza Music, Youtube Music with a speed downloads @ 320kbps in free mp3 format.

Stream, Listen, Share

[Chorus]
Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla bacel’umcebo
Mina ngcel’ uthando nenhlakanipho, mhhh

[Verse 1]
Ngith’ umcebo wemali endodeni
Engenalo uthando udala umona, nenzondo
Kugcina kuphuma imphefumulo
Ay’ngozi amandla asezandleni zendodeni engenayo inhlakanipho
Sebenzisa ngendlel’ewrong
Kugcina kuphuma imphefumulo

[Verse 2]
Ngicela isibusiso engiyophila naso ingunaphakade
Ngoba lokhu kwasemhlabeni ngeke ngihambe nakho kuyasala
Ayipheleli ekufeni impilo (Hiphopza.com) ayipheleli emgodini, weh
Ungakhohlwa ukuthi usazoba idlozi emdenini wakho
Baba ngicela inhliziyo eyamukelayo
Ngizokwazi ukbhekana nezimo ez’ngehlelayo

[Chorus]
Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla bacel’umcebo
Mina ngcel’ uthando nenhlakanipho, mhhh

Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla bacel’umcebo
Mina ngcel’ uthando nenhlakanipho, mhhh

[Verse 3]
Ngith’ umcebo wemali endodeni
Engenalo uthando udala umona, nenzondo
Kugcina kuphuma imphefumulo
Ay’ngozi amandla asezandleni zendodeni engenayo inhlakanipho
Sebenzisa ngendlel’ewrong
Kugcina kuphuma imphefumulo

Tags: